Inzalabantu NTU

English is the main language of Inzalabantu NTU facebook group. Having alot of group type in Facebook: close, open and secret and it is a CLOSED group. They attracted 238 members. So people rank it like a Tiny group. 200474149989867 is the identifier of this group with Facebook. Last update is on 2015-02-11 09:42:07.

Inhloso yalegroup ukuhlangana ngokusiza abantu abaswele/hluphekile ikakhulukazi abantwana besikole abafunda amabanga aphansi kanjalo nemizi ephethwe abantwana bodwa abangenaye umuntu omdala. Eminyakeni emibili sesikwazile ukufaka isandla kwagqokiswa abantwana abangamashumi amathathu nesishiyagalolunye (39) ezikoleni ezine (4) zase Nquthu okuyindawo lapho wonke umuntu okulegroup adabuka khona. Asisebenzisi ulimi oluqinile noma inhlamba kulomuzi. Niyacelwa futhi ukuningi ningalethi izindaba zomaskandi kanye nemibango yebhola kanye nepolitiki kulegroup. Siyakukhuthaza ukuthi kuhlalwe ngokuthokoza kanye namancoko siphinde sakhane noma sikhuthazane ngempilo. Ngokubambisana nokuzimisela kwawowonke umuntu "YES WE CAN". Uma ufuna ukwazi kabanzi ngalegroup nemisebenzi eseyiyenzile ungavakashela kule website address, www.nzalabantu.wozaonline.co.za. Kanti mawufuna ukufaka isandla ezinhlelweni zethu ungasebenzisa iaccount number ethi 36115392, investment number 9998 Nedbank bank, igama Inzalabantu Group. Sisazoqhubeka nokuzama ukusiza umphakathi wakithi.